Kulungile Baba
Lyrics
Baba kulungile makuyintando yakho Okwenzeka empilweni zethu Kulungile (kulungile) Kulungile-ke baba (kulngile baba) Eh Kulungile somandla (kulungile ke baba) Ey Kulungile Makuyintando yakho baba (kulungile baba)) (Kulungile baba) kulungile Konke somandla (baba) Ey Kulungile ke baba (kulungile baba) Makuyi ntando yakho baba hah (kulungile baba) He kulungile ke baba kulungile ke somandla Konk' okwenzekayo makuyintando yakho somandla Hhe kulungile-ke somandla kulungile ke (kulungile baba) Ah ah hha ahh ahh Makuyintando yakhona ke somandla Konke okwenzeka eympilweni zethi eh kulungile ke Noma kukubi noma kukuhle kulungile Kodwa makuyintando yakho mak'vume wena Baba Nomukhono lwethu belinyakazisa ke baba Baba noma ivunguvungu zifika Kulungile ke, kulingile ke somandla Kulungile ke mak'vume wena Kulungile oh! (Kulungile baba) Kulungile ke baba Noma kwenzeka izinto ezibhlungu empilweni zethu (kulungile baba) Kodwa kulungile Baba noma beshlukumeza beshluphel' ukhololwethu (kulungile baba) Ahhh kulungile ke kebaba (kulungile baba) baba nama kubhlungu baba kodwa kulungile Ahh ah Lalela ngithi nanoma uneynkinga lapho ekhaya kodwa ithi ke (kulungile ke baba) Makuyintando yakho kulungile ke Noma abo makhelwane behlekisa ngawe kodwa makuyintando yakhe (kulungile baba) Kulungile (kulungile baba) Noma behleka ngawe behleba ngawe kulungile ke (kukungile baba) Ahh ngithi na noma umshado wakho ubhidlika lapho kodwa ithi (Kulungile baba) Makuyintando yakhe le Kulungile Baba (Kulungile Baba) Kulungile baba Noma Umsebenzi usukphele kodwa baba intando yakho kulungile (kulungile baba) Oh Ngiyazi ulala ungadlile ekhaya kodwa kulungile ke(kulungile ke baba) makuy' intando yakho baba kulungile Noma inkinga zikulandela kodwa makuyintando yakhe (kulungile baba) (Musuk'khala musuk'khala usathane uzojabula) Hhe kulungile baba (kulungile baba) kulungile baba hhe kulungile ke somandla (kulungile baba) Makuyintando yakho baba (kulungile baba) baba makuvume wena ngeympilo zethu kulungile ke (Kulugile baba) kulungile baba, kulungile (kulungile baba) ahh
Audio Features
Song Details
- Duration
- 04:44
- Key
- 8
- Tempo
- 92 BPM