Ngeke Ndiphinde

Lyrics

Ng' hambile, ng'bonile, ng'zulilie
 Kodwa akekho ono thando
 Fundile, ng'bonile, ng'zulile
 Kodwa akekho ofana nawe
 Ngiyaz'ukuthi ntombi ngak' thembisa
 Ngathi hayibo ngiyak'thanda
 Ngiyaz'ukuthi sthandwa ngak' thembisa
 Ngathi hayi, ngeke ng'zeng phinde
 Ngeke ng'zeng phinde
 (Ndiku phosele)
 Beng'azi ukuthi k'yoze kube nje
 Ngeke ng'zeng phinde
 (Ndiku phosele)
 Ngiyakwe thembisa
 (Ngeke ng'zeng phinde)
 Thin'abanye s'kholwa kanzima
 Ungaz'ulahleke, unga qondanga
 Thin'abanye s'funda kanzima
 Ungaz'ulahleke, unga qondanga
 Ngik'xokile ngiyazi
 Ngik'moshile ngiyazi
 Ngiceli uzu xole
 Ngik'moshile ngiyazi
 Ngik'xokile ngiyazi
 Ngeke ng'zeng phinde
 Ngiyak'cela ntombi
 Ngiyak'cela sthandwa sam
 Oh oh oh oh Ngeke ng'zeng phinde
 Ngik'moshile mtwana 'bantu
 Ngikwenzile mtwana 'bantu
 Ngeke ng'zeng phinde
 

Audio Features

Song Details

Duration
04:00
Key
8
Tempo
87 BPM

Share

More Songs by Jaziel Brothers

Similar Songs